Ngokuba isitha sizingele umphefumulo wami; Washaya ukuphila kwami phansi; Wangihlalisa ebumnyameni njengabafa kudala.
IsiLilo 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ungibeke ezindaweni ezimnyama njengabafa kudala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ungihlalisile ebumnyameni njengabakade bafa. IsiZulu 2020 Ungihlalise ebumnyameni obunzulu, njengalabo abafa kudala. |
Ngokuba isitha sizingele umphefumulo wami; Washaya ukuphila kwami phansi; Wangihlalisa ebumnyameni njengabafa kudala.
Ngizwe, Jehova, umoya wami uyadangala; ungangifihleli ubuso bakho, funa ngifane nabehlela egodini.
Siphumputha njengezimpumputhe odongeni, siphumputha ngokungathi asinamehlo; siyakhubeka emini njengasebusuku; sisezindaweni eziyincithakalo njengabafileyo.