IsiLilo 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ugugisile inyama yami nesikhumba sami; waphula amathambo ami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ugugisile inyama yami nesikhumba sami, waphula amathambo ami. IsiZulu 2020 Ugugise inyama yami nesikhumba sami; wephula amathambo ami. |
Ngithululiwe njengamanzi, namathambo ami onke ahlangene; inhliziyo yami injengengcina; kuncibilike phakathi kwamathumbu ami.
Ngacabanga kwaze kwasa ukuthi uyawaphula onke amathambo ami njengengonyama; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.
U-Israyeli uyimvu ehlakazekile; amabhubesi amxosha; kuqala inkosi yase-Asiriya yamdla; ekugcineni uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, waphula amathambo akhe.