Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsiLilo 3:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ukuchoboza bonke abathunjwa bomhlaba phansi kwezinyawo zakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ukuphahlaza phansi kwezinyawo zonke iziboshwa zasemhlabeni,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Lapho zonke iziboshwa emhlabeni zidovadovwa ngezinyawo;

Uka jalj uñjjattʼäta



IsiLilo 3:34
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukuze uzwe ukukhala kwesiboshwa; ukukhulula abamiselwe ukufa;


Ngokuba uJehova uyabalalela abampofu, akazideleli iziboshwa zakhe.


Ukububula kwesiboshwa makuphume phambi kwakho; londoloza ngokobukhulu bamandla akho labo abamiselwe ukufa;


owenza izwe libe njengehlane wachitha imizi yalo; ongayivulanga indlu yeziboshwa zakhe?


ukuze uthi kuzo izibotshwa: Phumani; kwabasebumnyameni zibonakaliseni. Bayoklaba emigwaqweni emikhulu, namadlelo abo ayoba phezu kwazo zonke izindawo eziphakemeyo.


U-Israyeli uyimvu ehlakazekile; amabhubesi amxosha; kuqala inkosi yase-Asiriya yamdla; ekugcineni uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, waphula amathambo akhe.


Ngoba ucindezela abantwana babantu ngokuzithandela langosizi.


Ukusuka esandleni somuntu phambi koPhezukonke,