CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.
IsiLilo 3:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakukhumbula lokhu engqondweni yami, ngakho ngiyethemba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha yilokhu engiyakukubuyisela enhliziyweni yami, ngalokho nginethemba: IsiZulu 2020 Noma kunjalo ngisazoqhubeka ngibe nethemba, uma ngicabanga ngoSimakade. |
CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.
U-Israyeli makathembele kuJehova, ngokuba kuJehova kukhona umusa, futhi kuye kukhona insindiso enkulu.
Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiwe, kepha ekugcineni uyakukhuluma, ungaqambi amanga; noma lilibala, lilinde; ngoba lizakuza lokufika, kalisoze liphele.