Wabuye wathi kimi: “Yima phezu kwami, ungibulale, ngokuba usizi lungehlele, ngokuba umphefumulo wami usaphelele kimi.”
IsAmbulo 9:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngaleyo mihla abantu bayakufuna ukufa, bangaze bakufumana; futhi bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele. IsiZulu 2020 Ngaleyo mihla abantu bayakukufuna ukufa, kodwa bangakufumani; futhi bayakukufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela. |
Wabuye wathi kimi: “Yima phezu kwami, ungibulale, ngokuba usizi lungehlele, ngokuba umphefumulo wami usaphelele kimi.”
Bayongena emihumeni yamadwala nasemihumeni yomhlaba ngenxa yokwesaba uJehova nangenxa yodumo lobukhosi bakhe, lapho esukuma ukuze unyakazise umhlaba.
Futhi ukufa kuyakukhethwa esikhundleni sokuphila kuyo yonke insali yalabo abasele kulesi sizukulwane esibi, abasele ezindaweni zonke lapho engibaxoshele khona,” usho uJehova Sebawoti.
Izintaba zase-Aveni, isono sika-Israyeli, ziyakuchithwa; ameva nekhakhasi kuyakumila phezu kwama-altare abo; bayakuthi ezintabeni: Sisibekeleni; nakumagquma: Welani phezu kwethu.
Khona bayakuqala ukuthi ezintabeni: Welani phezu kwethu; nasezintabeni: Sisibekele.
bathi ezintabeni nasemadwaleni: Welani phezu kwethu, nisifihle ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu.