U-Aroni kumelwe enze isihlawulelo sezimpondo zakhe kanye ngonyaka ngegazi lomnikelo wesono wesihlawulelo; kanye ngomnyaka uyakulenzela ukubuyisana ezizukulwaneni zenu; kungcwelengcwele kuJehova.
IsAmbulo 9:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingelosi yesithupha yayisilukhalisa, ngezwa izwi livela ezimpondweni ezine ze-altare legolide eliphambi kukaNkulunkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ingelosi yesithupha yayisibetha; ngezwa izwi livela ezimpondweni ezine ze-altare legolide eliphambi kukaNkulunkulu, IsiZulu 2020 Ingelosi yesithupha yayisibetha icilongo; ngezwa izwi livela ezimpondweni ezine ze-althare legolide eliphambi kukaNkulunkulu, Baasraak Zulu New Testament Bible Ingelosi yesithupha yayisilukhalisa, ngezwa izwi livela ezimpondweni ezine ze-altare legolide eliphambi kukaNkulunkulu. |
U-Aroni kumelwe enze isihlawulelo sezimpondo zakhe kanye ngonyaka ngegazi lomnikelo wesono wesihlawulelo; kanye ngomnyaka uyakulenzela ukubuyisana ezizukulwaneni zenu; kungcwelengcwele kuJehova.
Ngoba uKristu kangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, engumfanekiso weyeqiniso; kodwa ungene ezulwini uqobo, ukuba manje abonakale ebusweni bukaNkulunkulu ngenxa yethu.
Ngase ngibona izingelosi eziyisikhombisa zimi phambi kukaNkulunkulu; banikwa amacilongo ayisikhombisa.
Ingelosi yesihlanu yayisibetha; ngase ngibona inkanyezi ivela ezulwini, iwela emhlabeni, yanikwa isihluthulelo sakwalasha.