Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.
IsAmbulo 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esizweni sakwaJuda kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Esizweni sakwaRubeni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaGadi kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esizweni sakwaJuda babekwa uphawu abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaRubeni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaGadi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, IsiZulu 2020 esizwaneni sakwaJuda babeyizi-12 000 ababekwa uphawu, Baasraak Zulu New Testament Bible Esizweni sakwaJuda kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Esizweni sakwaRubeni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaGadi kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. |
Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.
Ngasengisizwa isibalo sababekwa uphawu, kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli.
Esizweni sakwa-Asheri abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaNafetali abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaManase abayizinkulungwane eziyishumi nambili,