Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; basebethunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izigqoko.
IsAmbulo 3:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uthi: Ngicebile, ngicebile, angisweli lutho; kanti kawazi ukuthi ulusizi, lolusizi, lompofu, lesiphofu, njalo uhamba ze; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uthi: ‘Ngicebile, kangiswele lutho,’ kanti kawazi ukuthi ungolusizi, nowokuhawukelwa, nompofu, nophuphuthekayo, nohamba ze; IsiZulu 2020 Ngokuba uthi: “Ngicebile, nginomnotho omningi, angiswele lutho,” kanti kawazi ukuthi nguwe kanye olusizi, odabukisayo, ompofu, ophuphuthekayo nohamba ze. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba uthi: Ngicebile, ngicebile, angisweli lutho; kanti kawazi ukuthi ulusizi, lolusizi, lompofu, lesiphofu, njalo uhamba ze; |
Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; basebethunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izigqoko.
Kukhona ozicebayo, kepha engenalutho; kukhona ozenza mpofu, kanti inotho enkulu.
funa ngisuthe, ngikuphike ngithi: Ungubani uJehova? ukuze ngingabi mpofu ngebe futhi ngisebenzise iGama likaNkulunkulu wami ngeze.
Ngubani oyimpumputhe ngaphandle kwenceku yami na? noma isithulu, njengesithunywa sami engisithumayo? Ngubani oyimpumputhe njengopheleleyo, oyimpumputhe njengenceku kaJehova na?
O sizukulwane, bonani izwi likaJehova. Ngangiyihlane ku-Israyeli na? izwe lobumnyama? Ngalokho abantu bami bathi: “Singamakhosi; asisayikuza kini na?
Wayesethi u-Efrayimi: “Nokho ngicebile, ngizitholele okuhle; kuwo wonke umshikashika wami abayikufumana ububi obuyisono kimi.
ezibanikazi bazo abazibulalayo, bazenze zingenacala; nabathengisa ngazo bathi: “Makabongwe uJehova! ngoba ngicebile, abelusi bazo kabanamusa kuzo.
Kodwa uJesu ekuzwa wathi kubo: Abaphilileyo kabadingi melaphi, kodwa abagulayo.
Ubasuthisile abalambileyo ngezinto ezinhle; nabacebile wabamukisa bengenalutho.
Yebo; ngenxa yokungakholwa aphulwa, wena umi ngokukholwa. Ungazikhukhumezi, kodwa yesaba;
Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo; ukuthi ukuphuphutheka kwehlele uIsrayeli ngokwengxenye, kuze kungene ukugcwala kwabezizwe.
Ngoba ngomusa engiwuphiweyo, ngithi kuwo wonke umuntu ophakathi kwenu ukuthi angazicabangeli ngaphezu kwalokho afanele ukukucabanga; kodwa acabange ngokuqonda, njengalokho uNkulunkulu abele yilowo nalowo isilinganiso sokukholwa.
Kodwa ongelazo lezizinto uyisiphofu, kaboni ekhatshana, njalo ukhohliwe ukuthi wahlanjululwa ezonweni zakhe zakudala.
Bheka, ngiza njengesela; Ubusisiwe olindayo, ogcina izingubo zakhe, funa ahambe nqunu, babone ihlazo lakhe.
Ngiyayazi imisebenzi yakho, nosizi, nobumpofu, (kodwa ucebile) futhi ngiyakwazi nenhlamba yalabo abathi bangamaJuda, kanti bengesiwo, kodwa isinagoge likaSathane.
Ngakho-ke, ngenxa yokuba usivivi, ungashisi, ungabandi, ngiyakukuhlanza uphume emlonyeni wami.