Njengezimvu babekwa ethuneni; ukufa kuzobapha; abaqotho bayakubusa phezu kwabo ekuseni; nobuhle babo buyoqedwa eHayidese bungabikho endaweni yabo yokuhlala.
IsAmbulo 2:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyakuzibusa ngentonga yensimbi; njengezitsha zombumbi ziyakuphahlazwa, njengalokho nami ngamukele kuBaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE uyakuzibusa ngentonga yensimbi, ziphahlazwe njengezitsha ezibunjiweyo, njengalokhu nami ngamukelisiwe nguBaba; IsiZulu 2020 Uyakuzibusa ngentonga yensimbi, ziphihlizwe njengezitsha ezibunjiweyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Uyakuzibusa ngentonga yensimbi; njengezitsha zombumbi ziyakuphahlazwa, njengalokho nami ngamukele kuBaba. |
Njengezimvu babekwa ethuneni; ukufa kuzobapha; abaqotho bayakubusa phezu kwabo ekuseni; nobuhle babo buyoqedwa eHayidese bungabikho endaweni yabo yokuhlala.
Kumelwe ahlephule njengokuphuka kwento yombumbi iphihlizwa ibe yizicucu; akayikuhawukela, ukuze ekuqhumeni kwakhe kungafunyanwa sicucu sokukha umlilo eziko noma ukukha amanzi emthonjeni.
Futhi kumelwe uthi kubo: ‘Usho kanje uJehova Sebawoti; Kanjalo ngiyakuphahlaza laba bantu nalo muzi njengokuchoboza umbumbi ongenakuphiliswa futhi; futhi bayolingcwaba eThofeti kuze kungasekho indawo yokungcwaba.
Kepha abangcwele boPhezukonke bayakuthatha ubukhosi, badle umbuso kuze kube phakade naphakade.
kwaze kwafika oMdala wezinsuku, bahlulelwa abangcwele boPhezukonke; futhi safika isikhathi sokuthi abangcwele bathathe umbuso.
Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uBaba; kakho futhi omaziyo uYise, ngaphandle kweNdodana, njalo loba ngubani iNdodana ethanda ukumambulela kuye.
Baba, ngithanda ukuba labo onginike bona nabo babe nami lapho ngikhona; ukuze babone inkazimulo yami onginike yona, ngokuba wangithanda kungakasekelwa umhlaba.
Wazala umntwana wesilisa, obeyakubusa izizwe zonke ngentonga yensimbi, nomntwana wakhe wahlwithwa wayiswa kuNkulunkulu nasesihlalweni sakhe sobukhosi.
Emlonyeni wakhe kuphuma inkemba ebukhali, ukuze ashaye ngayo izizwe, azibusa ngentonga yensimbi, unyathela isikhamo sewayini solaka nolaka lukaNkulunkulu uMninimandla onke.