Olungileyo uyakuthokoza lapho ebona impindiselo; uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi.
IsAmbulo 19:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini, negama lakhe ubizwa ngokuthi nguLizwi likaNkulunkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wembethe ingubo efafazwe ngegazi; igama lakhe nguLizwi kaNkulunkulu. IsiZulu 2020 Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini; igama lakhe nguLizwi kaNkulunkulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini, negama lakhe ubizwa ngokuthi nguLizwi likaNkulunkulu. |
Olungileyo uyakuthokoza lapho ebona impindiselo; uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi.
Ngokuba konke ukulwa kweqhawe kunomsindo ophithizelayo, nezingubo ezigingqelwe egazini; kodwa kuyakuba ngumlilo nezinkuni zomlilo.
ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.
Lokho okwakukhona kwasekuqaleni, esikuzwileyo, esikubonile ngamehlo ethu, esikubhekile, nezandla zethu zakuphatha, okweZwi lokuphila;
Ngokuba bathathu abafakazayo ezulwini, uYise, noLizwi, noMoya oNgcwele; futhi laba abathathu bamunye.
Isikhamo sanyathelwa ngaphandle komuzi, kwaphuma igazi esikhamweni sewayini laze lafika ematomini amahhashi, lihamba amastadiyu ayinkulungwane namakhulu ayisithupha.