Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsAmbulo 18:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

badazuluka bebona umusi wokusha kwalo, bethi: ‘Ngumuphi umuzi ofana nalowo muzi omkhulu na?’

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

bekhala lapho bebona intuthu yokusha kwalo, bethi: ‘Yimuphi umuzi ofana nalowo muzi omkhulu na?’

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta



IsAmbulo 18:18
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

IBhabhele liyakuba yizinqwaba, indawo yokuhlala izimpungushe, nesimangaliso, nokunyenyeza, kungahlali ohlala khona.


Bakhuleka kudrako owanika isilo amandla, bakhuleka kuso isilo, bathi: “Ngubani ofana nesilo na? ngubani ongalwa naye na?


Umusi wokuhlushwa kwabo ukhuphuka kuze kube phakade naphakade; abanakuphumula imini nobusuku abakhuleka kuso isilo nomfanekiso waso, nalowo owamukela uphawu lwegama laso.


Umuzi omkhulu wahlukaniswa waba izingxenye ezintathu, nemizi yezizwe yawa, neBabiloni elikhulu lakhunjulwa phambi kukaNkulunkulu, ukuba alinike indebe yewayini lolaka lolaka lwakhe.


bethi: “Maye, maye, umuzi omkhulu owawumbethe ilineni elicolekileyo, nokububende, nokubomvu, uhlotshiswe ngegolide, namatshe anenani, namaparele!