Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa; waphuza emfuleni.
IsAmbulo 12:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wakhamisa umlomo wawo, wawuminza umfula owawukhwifa udrako ngomlomo wakhe. IsiZulu 2020 Umhlaba wamsiza owesifazane, wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula owawukhwifwa wudrago ngomlomo wakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe. |
Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa; waphuza emfuleni.
UHazayeli wayesehamba ukumhlangabeza, waphatha kuye isipho sakho kuzo zonke izinto ezinhle zaseDamaseku, umthwalo wamakamela angamashumi amane, weza, wema phambi kwakhe, wathi: “Indodana yakho uBenihadadi, inkosi yase-Aramu, ingilethile kuwe. Wathuma ukuthi, Ngiyakusinda yini kulesi sifo na?
Inyoka yakhipha emlonyeni wayo amanzi anjengomfula emva kowesifazane, ukuze immukise nomfula.
Udrako wamthukuthelela owesifazane, wahamba wayokulwa nensali yenzalo yakhe, egcina imiyalo kaNkulunkulu, enobufakazi bukaJesu Kristu.