Izindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho lithi: Nansi indlela, hambani ngayo, lapho niphambuka ngakwesokunene, nalapho niphambuka ngakwesokhohlo.
IsAmbulo 10:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izwi engalizwa ezulwini labuye lakhuluma kimi, lathi: “Hamba uthathe incwadi encane evuliwe esandleni sengelosi emi phezu kolwandle nasemhlabeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izwi engalizwa livela ezulwini lase liphinda likhuluma nami, lithi: “Hamba uye uthabathe incwadi evulekileyo esesandleni sengelosi emi phezu kolwandle naphezu komhlabathi.” IsiZulu 2020 Izwi engalizwa livela ezulwini laphinda futhi lakhulma nami, lathi: “Hamba uthabathe incwadi evulekileyo esesandleni sengelosi emi phezu kolwandle naphezu komhlaba.” Baasraak Zulu New Testament Bible Izwi engalizwa ezulwini labuye lakhuluma kimi, lathi: “Hamba uthathe incwadi encane evuliwe esandleni sengelosi emi phezu kolwandle nasemhlabeni. |
Izindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho lithi: Nansi indlela, hambani ngayo, lapho niphambuka ngakwesokunene, nalapho niphambuka ngakwesokhohlo.
Ngathi ngibona, khangela-ke, isandla sathunyelwa kimi; bheka, kwakukhona umqulu kuwo;
Esandleni sayo yayiphethe incwadi encane evuliwe, yabeka unyawo lwayo lokunene phezu kolwandle nolunye unyawo lwayo lwesobunxele emhlabeni.