Ukuze ungenzi isivumelwano nabakhileyo ezweni, kepha baphinge ngokulandela onkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, kubizwe wena, udle umnikelo wakhe;
Hoseya 3:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngasengisithi kuye: Uzangihlalela insuku ezinengi; ungaphingi, ungabi ngowenye indoda; nami ngiyoba njalo nakini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngathi kuye: “Uyakuhlala kimi izinsuku eziningi, ungafebi, ungabi ngowomunye, nami ngibe njalo kuwe.” IsiZulu 2020 Ngase ngithi kuye: “Uyakuhlala nami izinsuku eziningi, ungafebi, ungabi ngowenye indoda, nami ngiyakwenza kanjalo kuwe.” |
Ukuze ungenzi isivumelwano nabakhileyo ezweni, kepha baphinge ngokulandela onkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, kubizwe wena, udle umnikelo wakhe;
Kumelwe asuse ingubo yakhe yokuthunjwa futhi ahlale endlini yakho alilele uyise nonina inyanga yonke; emva kwalokho ungene kuye, ube yindoda yakhe, yena abe ngumkakho.