Umntwana wakhula walunyulwa; u-Abhrahama wenza idili elikhulu mhla u-Isaka elunyulwa.
Hoseya 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Eselumulile uLoruhama, wakhulelwa, wazala indodana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esemlumulile uLo Ruhama,* wakhulelwa, wazala indodana. IsiZulu 2020 Kwathi esemlumulile uLo Ruhama, wayesekhulelwa, wazala indodana. |
Umntwana wakhula walunyulwa; u-Abhrahama wenza idili elikhulu mhla u-Isaka elunyulwa.
Wabuye wakhulelwa, wazala indodakazi. UNkulunkulu wathi kuye: “Mbize ngokuthi uLoruhama, ngokuba angisayikuba nomusa kuyo indlu yakwa-Israyeli; kodwa ngizabasusa ngokupheleleyo.
Kodwa ngiyohawukela indlu yakwaJuda futhi ngiyophule ngoJehova uNkulunkulu wayo, futhi ngeke ngibakhulule ngomnsalo noma ngenkemba noma ngempi, ngamahhashi noma ngezinkweli zamahhashi.
UNkulunkulu wathi: “Mbize ngokuthi uLoami, ngokuba anisibo abantu bami, nami angiyikuba nguNkulunkulu wenu;