Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Hagayi 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngenyanga yesikhombisa, ngosuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga, kwafika izwi likaJehova ngomprofethi uHagayi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngenyanga yesikhombisa ngolwamashumi amabili nanye lwenyanga izwi likaJehova lafika ngesandla sikaHagayi umprofethi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lwama-21 enyangeni, kwafika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta



Hagayi 2:1
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngomnyaka wesibili wenkosi uDariyu, ngenyanga yesithupha, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika ngoHagayi umprofethi kuZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa, indodana kaJosefa, umpristi omkhulu, uthi:


Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yesithupha, ngomnyaka wesibili wenkosi uDariyu.


Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yesishiyagalolunye, ngomnyaka wesibili kaDariyu, izwi likaJehova lafika ngoHagayi umprofethi, lathi:


Izwi likaJehova lafika kuHagayi ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga, lathi:


Ngokuba isiprofetho asifikanga endulo ngentando yomuntu, kepha abantu abangcwele bakaNkulunkulu bakhuluma beqhutshwa nguMoya oNgcwele.