Kwathi u-Abrama efika eGibithe, abaseGibithe babona owesifazane ukuthi muhle kakhulu;
Esteri 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izinceku zenkosi ezimkhonzayo zathi: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezibukekayo, IsiZulu 2020 Izinsizwa ezazisiza inkosi zathi kuyo: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle. |
Kwathi u-Abrama efika eGibithe, abaseGibithe babona owesifazane ukuthi muhle kakhulu;
Ngalokho izinceku zakhe zathi kuye: “Inkosi yami, inkosi, mayifunelwe intombi; makame phambi kwenkosi, ayiphathe, alale esifubeni sakho, ukuze inkosi yami, inkosi, ifudumale.
Kwathi ngosuku lwesikhombisa inhliziyo yenkosi isithokozile ngenxa yewayini, yayala oMehumani, noBistha, noHarbona, noBigita, no-Abagta, noSethari, noKarkase, izinduna eziyisikhombisa ezazikhonza phambi kwenkosi u-Ahashiveroshi,
Eceleni kwakhe kwakukhona oKarsena, noSethari, no-Admatha, noTarsisi, noMeresi, noMarsena, noMemukani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya, ezabona ubuso benkosi, zaba ngabokuqala ukuhlala embusweni.
Inkosi mayimise izinduna kuzo zonke izifunda zombuso wayo ukuba zibuthe zonke izintombi ezinhle esigodlweni saseSusa, endlini yabesifazane, ngaphansi kwesandla sikaHege, induna yenkosi, umlindi wabesifazane.
Kwathi zisakhuluma naye, kwafika izinceku zenkosi, zamphuthumisa uHamani esidlweni u-Esteri ayesilungisile.