Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Esteri 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kuyakuthi lapho isimemezelo senkosi eyakusenza saziwe embusweni wayo wonke (ngokuba mkhulu), bonke abesifazane bayakuhlonipha amadoda abo, amakhulu namancane.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lapho isimemezelo senkosi eyakusenza sesiyakuzwakala embusweni wayo wonke, ngokuba mkhulu bonke abafazi bayakuwahlonipha amadoda abo, amakhulu namancane.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Uma abantu kuwo wonke umbuso wakithi, njengoba umkhulu kangaka, bezwa ngaleso simemezelo, bonke abesifazane, noma ngabe bangabantukazana noma yizikhulu, bayobahlonipha abayeni babo.”

Uka jalj uñjjattʼäta



Esteri 1:20
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Leli zwi lalilungile emehlweni enkosi nasezikhulwini; inkosi yenza njengezwi likaMemukani.


Ngemva kwalezi zinto, lapho ulaka lwenkosi u-Ahashiveroshi selubohlile, wamkhumbula uVashiti nalokho ayekwenzile nalokho okwakunqunyelwe kuye.


Bafazi, thobelani amadoda enu kungathi kukuyo iNkosi.


Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.


Bonke abantu bayokuzwa, besabe, bangabe besagabadela.


Bonke abantu bomuzi wakubo bayakumkhanda ngamatshe, afe; khona-ke kumelwe ususe ububi ngaphansi kwakho; wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe.


Bafazi, thobelani amadoda enu, njengokufanele eNkosini.