Kumholi wokuhlabelela, uMaskili, ihubo likaDavide, lapho uDowegi wakwa-Edomi efika, wamtshela uSawule, wathi kuye: “UDavide ufikile endlini ka-Ahimeleki. Ubuhle bukaNkulunkulu buyaqhubeka.
EkaJakobe 4:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzibonga okunjalo kubi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzigabisa okunjalo kubi. IsiZulu 2020 Kepha manje niyazigabisa nina; konke ukuzigabisa okunjalo kubi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzibonga okunjalo kubi. |
Kumholi wokuhlabelela, uMaskili, ihubo likaDavide, lapho uDowegi wakwa-Edomi efika, wamtshela uSawule, wathi kuye: “UDavide ufikile endlini ka-Ahimeleki. Ubuhle bukaNkulunkulu buyaqhubeka.
Bhekani, lo nguye umuntu uNkulunkulu angamenzanga amandla akhe; kepha wethemba ebuningini benotho yakhe, waziqinisa ebubini bakhe.
Ngokuba wethemba ububi bakho; wathi: Akekho oNgibonayo. Ukuhlakanipha kwakho nokwazi kwakho kukombile; wathi enhliziyweni yakho: Nginguye, akakho omunye ngaphandle kwami.
Ukuzigqaja kwenu akukuhle. Anazi yini ukuthi imvubelo encane ibilisa inhlama yonke na?
Kepha uma ninomhawu obabayo nokubanga ezinhliziyweni zenu, ningazibongi, ningaqambi iqiniso amanga.
Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.
Ngalokho elizikhazimulise ngakhona, lazithokozisa, mnikeni ukuhlushwa nokudabuka okungaka, ngokuba lithi enhliziyweni yalo: ‘Ngihlezi ngiyindlovukazi, angisuye umfelokazi, futhi angiyikubona ukudabuka.’