UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla;
EkaJakobe 2:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Omunye wenu wathi kubo: Hambani ngokuthula, lifudumale, lisuthe; kodwa anibaniki izinto ezidingekayo emzimbeni; kusizani? IBHAYIBHELI ELINGCWELE kusho omunye kini kubo ukuthi: “Hambani nibe nokuthula, nifudumale; nisuthe,” kepha ningabaphi lokho okudingwa ngumzimba, lokhu kusizani na? IsiZulu 2020 bese omunye wenu ethi kuye: “Hamba ngokuthula, uthokomale; usuthe,” kodwa engamuphi lokho okudingwa ngumzimba, kusiza ngani lokho na? Baasraak Zulu New Testament Bible Omunye wenu wathi kubo: Hambani ngokuthula, lifudumale, lisuthe; kodwa anibaniki izinto ezidingekayo emzimbeni; kusizani? |
UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla;
Wathi kuye: “Ndodakazi, ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba ngokuthula, uphile ekuhluphekeni kwakho.
Kangikhulumi ngomlayo, kodwa ngenxa yenkuthalo yabanye, ngivivinya ubuqotho bothando lwenu.