Kodwa ungasidli isithelo somuthi wolwazi lokuhle lokubi, ngoba mhla usidla kuwo uzakufa lokufa.
EkaJakobe 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona lapho inkanuko isithathile, ibeletha isono; IBHAYIBHELI ELINGCWELE uma inkanuko isithathile, ibeletha isono; nesono sesiphelelisiwe, sizala ukufa. IsiZulu 2020 Phela uma inkanuko isibambile, izala isono; nesono uma sesiphelelisiwe, sizala ukufa. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona lapho inkanuko isithathile, ibeletha isono; |
Kodwa ungasidli isithelo somuthi wolwazi lokuhle lokubi, ngoba mhla usidla kuwo uzakufa lokufa.
Owesifazane ebona ukuthi umuthi wawulungele ukudliwa, nokuthi uyabukeka emehlweni, nomuthi onxanelekayo ukuhlakaniphisa, wathatha isithelo sawo, wadla, wanika indoda yakhe; wadla.
UDavide wayesethuma izithunywa, wamthatha; wangena kuye, walala naye; ngoba wayesehlanjululwe ekungcoleni kwakhe, wabuyela endlini yakhe.
Ababi bayakuphendulelwa endaweni yabafileyo, nezizwe zonke ezikhohlwa uNkulunkulu.
Njengobe ukulunga kuholela ekuphileni, kanjalo nophishekela okubi ulandela kuze kube sekufeni kwakhe.
Uzakhulelwa ngamakhoba, uzale amabibi; ukuphefumula kwakho kuyakuqeda njengomlilo.
Akekho ocela ubulungisa futhi akekho omela iqiniso; bathembela ezeni, bakhuluma amanga; bakhulelwa okubi, bazale ububi.
Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili, othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu,
Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.
Ngokuthanda kwakhe wasizala ngezwi leqiniso, ukuze sibe uhlobo lolibo lwezidalwa zakhe.