Emva kwalokho uNkulunkulu wamlinga u-Abrahama, wathi kuye: “Abrahama! wathi: “Bheka, ngilapha.”
EkaJakobe 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umuntu olingwayo makangasho ukuthi: Ngiyengwa nguNkulunkulu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umuntu oyengwayo makangasho ukuthi: “Ngiyengwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angeyengwe ngokubi, naye uqobo akayengi muntu. IsiZulu 2020 Makungabi bikho muntu othi uma elingwa, athi: “Ngilingwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angelingwe ngokubi, naye luqobo kalingi muntu. Baasraak Zulu New Testament Bible Umuntu olingwayo makangasho ukuthi: Ngiyengwa nguNkulunkulu; |
Emva kwalokho uNkulunkulu wamlinga u-Abrahama, wathi kuye: “Abrahama! wathi: “Bheka, ngilapha.”
Wayesethi umuntu: “Owesifazane onginike yena ukuba abe nami, nguyena owangipha emthini, ngadla;
O Jehova, usidukiseleni ezindleleni zakho, wenze lukhuni izinhliziyo zethu ekukwesabeni na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.
UJesu wathi kuye: Kulotshiwe futhi ukuthi: Ungayilingi iNkosi uNkulunkulu wakho.
Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni, ngokuba lapho esevivinyiwe uyakwamukeliswa umqhele wokuphila iNkosi ewuthembisile kwabayithandayo.