Kodwa ngenxa yalesi senzo unikeze izitha zikaJehova isizathu esikhulu sokuhlambalaza, nomntwana omzalelwayo uyakufa nokufa.
AmaHubo 99:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabaphendula, Jehova Nkulunkulu wethu: Wena wawunguNkulunkulu owabathethelelayo, lanxa waphindisela emicabangweni yabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Jehova Nkulunkulu wethu, wena ubaphendulile, waba kubo uNkulunkulu othethelelayo nophindiselayo ngezenzo zabo. IsiZulu 2020 Simakade Nkulunkulu wethu, Wena wabaphendula, waba nguNkulunkulu othethelelayo kubo, nophindiselayo ngezenzo zabo. |
Kodwa ngenxa yalesi senzo unikeze izitha zikaJehova isizathu esikhulu sokuhlambalaza, nomntwana omzalelwayo uyakufa nokufa.
Kodwa ngeke ngiwususe ngokupheleleyo umusa wami kuye futhi ngeke ngivumele ukwethembeka kwami kuphele.
U-Aroni wayesethi kubo: “Khumulani amacici egolide asezindlebeni zabafazi benu, amadodana enu namadodakazi enu, niwalethe kimi.
Gcina umusa kwabayizinkulungwane, uthethelele ububi neziphambeko nezono, futhi awusoze wakhulula onecala; ohambela ububi bawoyise kubantwana nakubantwana babantwana kwesesithathu nesesine isizukulwane.
Bheka, lokhu kuphela engikutholile, ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waqonda; kodwa bafuna izinto eziningi eziqanjiwe.
Ungesabi, nceku yami Jakobe, usho uJehova, ngokuba nginawe; ngokuba ngiyakuqeda zonke izizwe engikuxoshele kuzo; kepha angiyikuniqeda, kepha ngiyakunikhuza ngokulinganisa; kodwa kangiyikukuyekela ungajeziswanga ngokupheleleyo.
Ngathi: Ngiqinisile, lizangesaba, lizakwamukela ukulaywa; ukuze indawo yabo yokuhlala ingaqedwa, nokho ngibajezisile; kepha bavuka ekuseni, baziphanga zonke izenzo zabo.
INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.
U-Aroni uyakubuthelwa kubantu bakubo, ngokuba akayikungena ezweni engalinika abantwana bakwa-Israyeli, ngokuba nahlubuka ezwini lami emanzini aseMeriba.
Ngokuba sebemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga njengoNkulunkulu, kababonganga; kodwa baba yize emicabangweni yabo, nenhliziyo yabo ewubuwula yaba mnyama.
Kepha uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, akangilalelanga; uJehova wathi kimi: “Makwanele; ungabe usakhuluma nami ngaloludaba.