Kodwa bamlinga, bamklolodela uNkulunkulu oPhezukonke, abagcinanga ubufakazi bakhe.
AmaHubo 95:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho oyihlo bangilinga, bangivivinya, babona umsebenzi wami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE lapho oyihlo bangilinga khona, bangivivinya, babona umsebenzi wami. IsiZulu 2020 lapho okhokho benu bangilinga khona, bangivivinya, bewubonile umsebenzi wami. |
Kodwa bamlinga, bamklolodela uNkulunkulu oPhezukonke, abagcinanga ubufakazi bakhe.
Ngokuba bonke labo bantu ababona inkazimulo yami nezimangaliso zami engazenza eGibithe nasehlane, manje sebengilingile izikhathi eziyishumi, abalalelanga izwi lami;
Uma bengingenzanga phakathi kwabo imisebenzi engenziwanga muntu, ngabe bebengenasono;