INkosi yazisola ukuthi yenze umuntu emhlabeni, futhi yadabuka enhliziyweni yakhe.
AmaHubo 95:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwasekuyiminyaka engamatshumi amane ngidabukile ngalesisizukulwana, ngathi: Laba ngabantu abadukileyo enhliziyweni zabo, njalo abazazi izindlela zami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iminyaka engamashumi amane nganengwa yileso sizukulwane, ngaze ngathi: “Bangabantu abanhliziyo zabo zidukile, abazazanga izindlela zami,” IsiZulu 2020 Iminyaka engamashumi amane, nganengwa yileso sizukulwane, ngaze, ngathi: “Bangabantu abanhliziyo zabo zidukile, abangazazanga izindlela zami.” |
INkosi yazisola ukuthi yenze umuntu emhlabeni, futhi yadabuka enhliziyweni yakhe.
Ukumesaba uJehova kungukuqala kolwazi, kepha iziwula ziyadelela ukuhlakanipha nokulaywa.
O Jehova, usidukiseleni ezindleleni zakho, wenze lukhuni izinhliziyo zethu ekukwesabeni na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.
Usho kanje uJehova kulaba bantu, uthi: “Bathanda ukuduka, abazinqandanga izinyawo zabo; ngalokho uJehova akathokozi ngabo; Manje uzokhumbula ububi babo futhi ahambele izono zabo.
Indawo yakho yokuhlala iphakathi kwenkohliso; ngenkohliso bayala ukungazi, usho uJehova.
Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wabazulazula ehlane iminyaka engamashumi amane, saze sabhubha sonke isizukulwane esasenza okubi emehlweni kaJehova.
Yena wabakhipha, ngemva kokuba enze izimanga nezibonakaliso ezweni laseGibhithe, naseLwandle Olubomvu, nasehlane iminyaka engamashumi amane.
Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;
Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.
Kwathi ngomnyaka wamashumi amane, ngenyanga yeshumi nanye, ngolokuqala lwenyanga, uMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli njengakho konke uJehova ayebayale ngakho;
Kodwa ngobani abadabukisayo iminyaka engamatshumi amane? Kwakungebona abonileyo, izidumbu zabo zawela ehlane na?