Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.
AmaHubo 94:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Jehova, koze kube nini ababi, koze kube nini ababi bebusa na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Jehova, koze kube nini ababi, koze kube nini ababi bethaba na? IsiZulu 2020 Simakade, kuyoze kube nini ababi, kuyoze kube nini ababi bethaba na? |
Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.
U-Esteri wathi: “Isitha nesitha nguHamani lo omubi.” Khona-ke uHamani wesaba inkosi nendlovukazi.
Ngokuba wena unguNkulunkulu wamandla ami; ungilahlelani na? ngiyakulilelani ngokucindezelwa kwesitha na?
Koze kube nini, Jehova? uzothukuthela kuze kube phakade na? ukushisekela kwenu kuvutha njengomlilo na?
Jehova Nkulunkulu Sebawoti, koze kube nini uthukuthelela umkhuleko wabantu bakho na?
Koze kube nini, Jehova? uzocasha kuze kube phakade? intukuthelo yakho ivutha njengomlilo na?
O nkemba kaJehova, koze kube nini ungathuli na? Buyela emgodleni wakho, phumula futhi uthule.
O Jehova, koze kube nini ngikhala, kodwa ungezwa! ngisho nakubizela ebudloveni, kodwa ngeke ukhulule!
Base bememeza ngezwi elikhulu, bathi: “Koze kube nini, Nkosi, ongcwele noqinisileyo, ungahluleli uphindisele igazi lethu kwabakhileyo emhlabeni na?