AmaHubo 94:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova uyayazi imicabango yomuntu ukuthi iyize. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova uyayazi imicabango yabantu ukuba ingumoya nje. IsiZulu 2020 USimakade uyayazi imicabango yabantu ukuthi ingumoya nje. |
Ngokuba ngiyazazi izenzo zabo nemicabango yabo; kuyofika lapho ngiyobutha zonke izizwe nezilimi; futhi bazakuza babone inkazimulo yami.
Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo, nokuqonda kwabahlakaniphileyo ngikwenze ize.
Ngokuba kuthe ekuhlakanipheni kukaNkulunkulu izwe alimazanga uNkulunkulu ngokuhlakanipha, kwaba kuhle kuNkulunkulu ukusindisa abakholwayo ngobuwula bentshumayelo.
Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphe kunabantu; futhi ubuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunabantu.