Ngoba uzakuba lesivumelwaneni lamatshe eganga, lezinyamazana zeganga zizahlalisana lawe ngokuthula.
AmaHubo 91:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyakunyathela ingonyama nebululu; kufanele unyathele ibhongo lengonyama nodrako. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakunyathela ingonyama nebululu, unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.* IsiZulu 2020 Uyonyathela ingonyama nebululu, ufihlize phansi ibhongo lengonyama nodrago. |
Ngoba uzakuba lesivumelwaneni lamatshe eganga, lezinyamazana zeganga zizahlalisana lawe ngokuthula.
Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe enzima nenkulu nenamandla phezu kukaLeviyathani, inyoka ehlabayo, noLeviyathani inyoka eyisigwegwe; futhi iyobulala udrako osolwandle.
UNkulunkulu wami uthumile ingelosi yakhe, yavala imilomo yamabhubesi, ukuze angangilimazanga, ngokuba kutholwe kimi ngingenacala phambi kwakhe; futhi phambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.
Bayakuphatha izinyoka; futhi uma bephuza okubulalayo, akusoze kwabalimaza; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, futhi bayakusinda.
Bonang, ke le neile matla a ho hata dinoha le diphepheng, le matla ohle a sera;
UNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen.
Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo; ngolimi lwabo basebenzisa inkohliso; ubuthi bezinyoka buphansi kwezindebe zabo;
Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.
Waphonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uDeveli noSathane, odukisa izwe lonke; waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.
Futhi uDavide wathi: “UJehova owangisindisa esandleni sengonyama nasoshawini lwebhere, nguyena oyangisindisa esandleni salo mFilisti. USawuli wasesithi kuDavida: Hamba, njalo uJehova uzakuba lawe.