AmaHubo 90:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ekuseni liyakhahlela likhule; kusihlwa iyanqunywa, ibune. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ekuseni buyakhahlela, buhlume; kusihlwa bunqunywe, bubune. IsiZulu 2020 Ekuseni buyahluma, bukhahlele, kusihlwa bubune, bunqunywe. |
Kepha wena Jehova uyakuba khona kuze kube phakade; nesikhumbuzo sakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.
Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.
Ilizwi lathi: Memeza. Wathi: “Ngizakuthini? Yonke inyama ingutshani, nakho konke okuhle kwayo kunjengembali yasendle;
Ngakho-ke, uma uNkulunkulu embesa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, futhi kusasa buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na?
Ngoba ilanga liyaphuma lilokushisa okutshisayo, kodwa libunisa utshani, lembali yabo iyawa, lobuhle besimo sabo bubhubha;