Kukhona umfula, imifudlana yawo ethokozisa umuzi kaNkulunkulu, indlu engcwele yamatabernakele oPhezukonke.
AmaHubo 87:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kukhulunywa izinto ezikhazimulayo ngawe, muzi kaNkulunkulu. Sela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okudumisekayo kukhulunywa ngawe, muzi kaNkulunkulu. Sela* IsiZulu 2020 Kukhulunywa izinto ezidumisekayo ngawe, muzi kaNkulunkulu. Sela |
Kukhona umfula, imifudlana yawo ethokozisa umuzi kaNkulunkulu, indlu engcwele yamatabernakele oPhezukonke.
Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.
Futhi uMsindisi uyofika eSiyoni nakulabo ababuya eziphambekweni kwaJakobe,” kusho uJehova.
ukumisa abalilayo eZiyoni, ukubanika umhlobiso esikhundleni somlotha, amafutha entokozo esikhundleni sokulila, ingubo yokudumisa esikhundleni somoya odabukileyo; ukuze babizwe ngokuthi imithi yokulunga, okutshalwe nguJehova, ukuze adunyiswe.
Usho kanje uJehova; Ngokuba isitha sathi ngani: “Ashila, izindawo eziphakemeyo zasendulo zisesandleni sethu;
Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Leli yiJerusalema: ngilimise phakathi kwezizwe namazwe alizungezile.
Ngase ngibona, bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama likaYise lilotshwe emabunzini abo.