Ezinsukwini zikaSawule balwa nabakwaHagari abawa ngesandla sabo, bahlala ematendeni abo ezweni lonke lasempumalanga yakwaGileyadi.
AmaHubo 83:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 amadokodo akwa-Edomi nama-Ishmayeli; kwaMowabi nabakwaHagarene; IBHAYIBHELI ELINGCWELE amatende ka-Edomi naka-Ishmayeli, nakaMowabi nakaHagari, IsiZulu 2020 amathende ka-Edomi aka-Ishmayeli, akaMowabi nakaHagari, |
Ezinsukwini zikaSawule balwa nabakwaHagari abawa ngesandla sabo, bahlala ematendeni abo ezweni lonke lasempumalanga yakwaGileyadi.
Ngasemuva abantwana bakwaMowabi nabantwana bakwa-Amoni nabanye kanye nabo ngaphandle kwabantwana bakwa-Amoni benyuka bamelana noJehoshafati ukulwa.
Khumbula, Jehova, abantwana bakwa-Edomi ngosuku lweJerusalema; owathi: Dilili, lihlukanise, kuze kube sesisekelo salo.
Amakhosi omhlaba azilungisile, nababusi benza icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe, bathi:
Wabutha abantwana bakwa-Amoni no-Amaleki kanye naye, wahamba wachitha u-Israyeli, wadla umuzi wamasundu.