INkosi uNkulunkulu yabumba umuntu ngothuli lomhlaba, yaphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; umuntu waba ngumphefumulo ophilayo.
AmaHubo 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba wamenza waba mncinyane kancane kunezingelosi, wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamenza waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamqhelisa ngenkazimulo nangobukhosi. IsiZulu 2020 Umenzile waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamthwesa umqhele wodumo nobukhosi, |
INkosi uNkulunkulu yabumba umuntu ngothuli lomhlaba, yaphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; umuntu waba ngumphefumulo ophilayo.
U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthumele enkosini; kepha akavumanga ukuza kuye; kwathi ephinda ethuma okwesibili, kavumanga ukuza.
Dumisani uJehova, nina zingelosi zakhe, enibusa ngamandla, enigcina imiyalo yakhe, nilalele izwi lezwi lakhe.
Isihlalo sakho sobukhosi, Nkulunkulu, singesaphakade naphakade; intonga yombuso Wakho iyintonga yangempela.
phezu kwabo bonke ubukhosi, lamandla, lamandla, lobukhosi, lalo lonke ibizo elibizwayo, kungeyisikho kulomhlaba kuphela, kodwa lakulowo ozayo;
Ngokuba impela akathathanga isimo sezingelosi; kodwa wathatha inzalo kaAbrahama.
Wamenza waba mncinyane kunezingelosi; wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo, wammisa phezu kwemisebenzi yezandla zakho;
Kepha siyambona owenziwe waba mncinyane isikhashana kunezingelosi, uJesu ethweswe umqhele wenkazimulo nodumo ngenxa yokuhlupheka kokufa; ukuze ngomusa kaNkulunkulu ezwe ukufa ngenxa yawo wonke umuntu.