Ukuba kugcwaliseke izwi likaJehova ngomlomo kaJeremiya, izwe laneliswe ngamasabatha alo;
AmaHubo 79:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba bamdlile uJakobe, bachitha indawo yakhe yokuhlala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba sebemdlile uJakobe, umuzi wakhe sebewuchithile. IsiZulu 2020 Ngokuba sebemdlile uJakobe, umuzi wakhe sebewubhubhisile. |
Ukuba kugcwaliseke izwi likaJehova ngomlomo kaJeremiya, izwe laneliswe ngamasabatha alo;
Ungabi buhlungu kakhulu, Jehova, ungacabangi ububi kuze kube phakade; bheka, bheka, siyakhuleka kuwe, sonke singabantu bakho.
ama-Aramu ngaphambili namaFilisti ngasemuva; futhi bayodla u-Israyeli ngemilomo evulekile. Kukho konke lokhu ulaka lwakhe alubuyanga, kodwa isandla sakhe sisaluliwe.
Bonke abawatholayo bawadla bawaqeda; izitha zabo zathi: “Asicunuki, ngokuba bonile kuJehova, ikhaya lokulunga, ithemba lawoyise, uJehova.”
Futhi angigculisekile kakhulu ngabeZizwe abaphumulile, ngoba nganginganelisekile kancane, futhi basiza osizini.