Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 78:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wakhumbula ukuthi babeyinyama; umoya odlulayo ungabuyi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wakhumbula ukuthi bayinyama, bangumoya odlulayo ongabuyiyo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wakhumbula ukuthi bangabantu nje, bangumoya owedlulayo ongenakubuya.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 78:39
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

INkosi yathi: UMoya wami awuyikubusa njalo kumuntu, ngoba futhi uyinyama; kepha izinsuku zakhe ziyakuba yiminyaka eyikhulu namashumi amabili.


Khumbula ukuthi wangenza njengobumba; futhi uzongibuyisela othulini na?


Ngiyanengwa; angiyikuphila njalo: ake ngime; ngoba izinsuku zami ziyize.


Khumbula ukuthi ukuphila kwami kungumoya; iso lami alisayikubona okuhle.


Lokho okuzelwe yinyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya kungumoya.


Kalikwazi okuzakwenzeka kusasa. Ngoba iyini impilo yakho? Kungumhwamuko obonakala isikhashana, bese unyamalala.