AmaHubo 75:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha mina ngiyakumemezela kuze kube phakade; Ngifuna ukuhlabelela kuNkulunkulu kaJakobe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha mina ngiyakumemezela ngakho kuze kube phakade, ngidumise uNkulunkulu kaJakobe. IsiZulu 2020 Kepha mina ngiyakumemezela ngakho kuze kube phakade, ngidumise uNkulunkulu kaJakobe. |
Ukulunga kwakho angikufihlanga enhliziyweni yami; Ngikwazisile ukuthembeka kwakho nensindiso yakho; umusa wakho neqiniso lakho angikufihlanga ebandleni elikhulu.
ukuze othandekayo wakho asindiswe; sindisa ngesandla sakho sokunene ungilalele.
Ukuze ngishumayele zonke izindumiso zakho emasangweni endodakazi yaseSiyoni; ngizakwethaba ngensindiso yakho.
Ngoba nanku okutshiwo nguJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi kimi: Thatha inkezo yewayini yalolulaka esandleni sami futhi kayiphuze zonke izizwe engikuthuma kuzo.
Uyowuphuza, uwumunce, uphihlize izingcezu zawo, uklebhule amabele akho, ngokuba mina ngikhulumile, isho iNkosi uJehova.