Ngiyakubabhubhisa bonke ababi bezwe kusesekuseni; ukuze nginqume bonke ababi emzini kaJehova.
AmaHubo 75:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakunquma zonke izimpondo zababi; kepha izimpondo zabalungileyo ziyakuphakanyiswa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zonke izimpondo zababi ngiyakuzinquma; kepha izimpondo zolungileyo ziyakuphakanyiswa. IsiZulu 2020 Wonke amandla ezikhohlakali ngiyowaqeda nya, kodwa ngiwandise awabalungileyo. |
Ngiyakubabhubhisa bonke ababi bezwe kusesekuseni; ukuze nginqume bonke ababi emzini kaJehova.
Uyaluphakamisa uphondo lwabantu bakhe, udumo lwabangcwele bakhe bonke; wabantwana bakwa-Israyeli, abantu ababeseduze naye. Dumisani uJehova.
Ngoba wena uyinkazimulo yamandla abo, langokuthanda kwakho uphondo lwethu luzaphakanyiswa.
Kepha nina niyakuluphakamisa uphondo lwami njengolwenyathi, ngigcotshwe ngamafutha amasha.
UHana wakhuleka wathi: “Inhliziyo yami iyajabula kuJehova, uphondo lwami luphakeme kuJehova; umlomo wami uvulekile phezu kwezitha zami; ngoba ngithokoza ngensindiso yakho.