AmaHubo 74:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Usuku ngolwakho, nobusuku bungobakho: Nguwe owalungisa ukukhanya nelanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Usuku ngolwakho, nobusuku ngobakho; nguwena owenza ukukhanya nelanga. IsiZulu 2020 Usuku lungolwakho, nobusuku bungobakho; nguWena owenza ukukhanya nelanga. |
Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo;
Mina ngakha ukukhanya, ngidala ubumnyama; Ngenza ukuthula, ngidala ububi; Mina Jehova ngenza zonke lezi zinto.
Usho kanje uJehova, uthi: “Uma isivumelwano sami singeyemini nobusuku, noma ngingakamisanga izimiso zezulu nomhlaba;
ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini, ngokuba yena wenza ilanga lakhe liphume phezu kwababi nabahle, nemvula ayinisa kwabalungileyo nabangalungile.