Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 73:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abekho enkingeni njengabanye abantu; futhi abahlukunyezwa njengabanye abantu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abahlupheki njengabanye abantu; abahlushwa njengabanye abantu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abahlupheki njengabanye abantu, futhi abehlelwa wubhubhane njengabanye abantu.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 73:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukuze ababi balondolozelwe usuku lokubhujiswa? bayokhishwa kuze kufike usuku lolaka.


Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami.


Izindlu zabo zivikelekile ekwesabeni, nenduku kaNkulunkulu ayikho phezu kwabo.


Bheka, ngababi abaphumelelayo emhlabeni; bandisa ingcebo.


Kodwa nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye lelizwe.


Kepha uma ningalaywa abahlanganyela kukho bonke, niyizigqila, anisiwo amadodana.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.