Noma engibulala, ngiyothembela kuye; kepha mina ngiyakumisa izindlela zami phambi kwakhe.
AmaHubo 71:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa mina ngizakwethemba njalo njalo ngikudumisa njalo kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mina kodwa ngiyakwethemba njalo, ngengeze ukudumisa ekudunyisweni kwakho. IsiZulu 2020 Kepha mina ngizohlala ngikwethemba njalo, ngizokubonga ngingaphezi. |
Noma engibulala, ngiyothembela kuye; kepha mina ngiyakumisa izindlela zami phambi kwakhe.
U-Israyeli makathembele kuJehova, ngokuba kuJehova kukhona umusa, futhi kuye kukhona insindiso enkulu.
Kungani udangale, mphefumulo wami? nikhathazekeleni kimi na? thembela kuNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa oyimpiliso yobuso bami noNkulunkulu wami.
Ngaphakanyiswa ngawe kwasesiswini sikanina; Nguwe owangikhipha esizalweni sikamame; kuwe kuyakuba yindumiso yami njalo.
Nalokhu ngiyakhuleka ukuba uthando lwenu luvame kakhulu ekwazini nasekuqondeni konke;
Ngakho-ke bophani izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nithembele kuze kube sekupheleni umusa ozolethwa kini ekwambulweni kukaJesu Kristu;
Kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu. Inkazimulo mayibe kuye manje kuze kube phakade. Amen.
Laye wonke umuntu onalelithemba kuye, uyazihlambulula, njengalokhu yena ehlambulukile.