Mabajabule, bajabule, abathanda ukulunga kwami; yebo, mabasho njalonjalo: Makabe mkhulu uJehova othokoza ngokuphumelela kwenceku yakhe.
AmaHubo 70:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mabajabule, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo ukuthi: ‘Makabe mkhulu uNkulunkulu.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo, bathi: “Makabe mkhulu uNkulunkulu.” IsiZulu 2020 Bonke abakufunayo mabajabule, bethabe kuwe. Nalabo abathanda insindiso yakho, bahlale njalo bethi: “UNkulunkulu mkhulu.” |
Mabajabule, bajabule, abathanda ukulunga kwami; yebo, mabasho njalonjalo: Makabe mkhulu uJehova othokoza ngokuphumelela kwenceku yakhe.
Bonke abakufunayo mabajabule bajabule kuwe; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo ukuthi: Makabe mkhulu uJehova;
Kodwa kabathokoze bonke abathembela kuwe; mabajabule njalo, ngokuba uyabavikela; abalithandayo igama lakho mabajabule ngawe.
Jabulani kuJehova nina balungileyo; futhi ngenxa yokukhumbula ubungcwele Bakhe.
Ngizakwethaba kakhulu kuJehova, umphefumulo wami uzakwethaba ngoNkulunkulu wami; ngoba ungigqokise izembatho zensindiso, wangembesa ngesambatho sokulunga, njengomyeni ehloba ngezivunulo, lanjengomakoti ezihloba ngobucwebe bakhe.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Niyakukhala nilile, kepha izwe liyakujabula;