Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 69:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

Izulu nomhlaba makumdumise, izilwandle nakho konke okunyakazayo kukho.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Uyakubongwa yizulu nomhlaba, yizilwandle nakho konke okuphila kuzo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Izulu nomhlaba makumbonge, izilwandle nakho konke okuphila kukho.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 69:34
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni ezindiza phezu komhlaba emkhathini wezulu.”


Lokhu kuyakulotshelwa isizukulwane esizayo, futhi abantu abayodalwa bayomdumisa uJehova.


Konke okuphefumulayo makudumise uJehova. Dumisani uJehova.


Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; makuhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.


Hlabelelani nina mazulu! futhi jabula, O mhlaba! niqhume ngokujabula, zintaba; ngokuba uJehova wabaduduza abantu bakhe, waba nomusa kwabampofu bakhe.


Ngokuba niyakuphuma ngokujabula, niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyakuqhuma phambi kwenu ngokujabula, nemithi yonke yasendle ishaye ihlombe.