Manje niyabuza, nibone, uma umuntu ekhulelwa? Kungani ngibona wonke amadoda ebeke izandla zawo okhalweni njengobelethayo, nobuso bonke buphaphathekile?
AmaHubo 69:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amehlo abo mawabe mnyama, ukuze bangaboni; futhi wenze izinkalo zabo zithuthumele njalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amehlo abo mawafiphale, ukuze bangaboni; izinkalo zabo zintengezele njalo. IsiZulu 2020 Amehlo abo mawanqundeke ukuze bangaboni, izinkalo zabo ziqhaqhazele njalo. |
Manje niyabuza, nibone, uma umuntu ekhulelwa? Kungani ngibona wonke amadoda ebeke izandla zawo okhalweni njengobelethayo, nobuso bonke buphaphathekile?
Khona-ke ubuso benkosi bashintsha, futhi imicabango yayo yamethusa, kwaze kwaxebuka amalunga ezinkalweni zayo namadolo ayo ashayana.
Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo; ukuthi ukuphuphutheka kwehlele uIsrayeli ngokwengxenye, kuze kungene ukugcwala kwabezizwe.
Kepha izingqondo zabo zaphuphuthekiswa, ngokuba kuze kube namuhla sisalokhu kufundwa isivumelwano esidala singambulwanga. Okuyindwangu echithwa kuKristu.