Uyakwahlulela phakathi kwezizwe, agcwalise izindawo ngezidumbu; uyakulimaza amakhanda amazwe amaningi.
AmaHubo 68:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uNkulunkulu uyochoboza ikhanda lezitha zakhe nokhakhayi olunoboya lwalowo osaqhubeka ezonweni zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Impela uNkulunkulu uyakuliphohloza ikhanda lezitha zakhe, ukhakhayi olunesihluthu lwalowo osahamba ezonweni zakhe. IsiZulu 2020 Kepha uNkulunkulu uzophohloza amakhanda ezitha zakhe, ukhakhayi lwalowo onesihluthu ohamba ezindleleni zokona kwakhe. |
Uyakwahlulela phakathi kwezizwe, agcwalise izindawo ngezidumbu; uyakulimaza amakhanda amazwe amaningi.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Wenyukela ezindaweni eziphakemeyo, wathumba abathunjwa; ukwamukela abantu izipho; yebo, nakwabahlubukayo, ukuze uJehova uNkulunkulu ahlale phakathi kwabo.
UMose wayesethi kubantu: “Ningesabi; yimani, nibone ukusindiswa kweNkosi ezonenzela khona namuhla; ngokuba abaseGibithe enibabonile namuhla anisayikubabona kuze kube phakade.
Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.
Waphuma ukusindisa abantu bakho, yebo, ukusindisa kanye nogcotshiweyo wakho; Ulimele ikhanda endlini yomubi ngokuvula isisekelo kuze kufike entanyeni. Sela.
Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile.
Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;