Impela akayikuzanyazanyiswa kuze kube phakade; olungileyo uyakuba sesikhumbuzini esiphakade.
AmaHubo 66:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ogcina umphefumulo wethu uphila, ongavumeli izinyawo zethu zikhubeke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ogcina umphefumulo wethu ekuphileni, engaluvumeli unyawo lwethu lushelele. IsiZulu 2020 olonda ukuphila kwethu, ongavumanga ukuba izinyawo zethu zishelele. |
Impela akayikuzanyazanyiswa kuze kube phakade; olungileyo uyakuba sesikhumbuzini esiphakade.
Ngokuba intonga yababi ayiyikuhlala esabelweni sabalungileyo; ukuze abalungileyo bangeluli izandla zabo ebubini.
Bonke abakhulupheleyo emhlabeni bayakudla, bakhuleke; bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe; futhi akekho ongagcina umphefumulo wakhe uphila.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Yena yedwa uyidwala lami nensindiso yami; uyisivikelo sami; Ngeke nginyakazeke kakhulu.
Yena yedwa uyidwala lami nensindiso yami; uyisiphephelo sami; ngeke nginyakaze.
Ngokuba kuye siphila, siyanyakaza, sikhona; njengalokhu izimbongi ezithile zakini zishilo ukuthi: Ngokuba nathi siyinzalo yakhe.
Uzalinda inyawo zabangcwele bakhe, lababi bazathuliswa ebumnyameni; ngoba ngamandla kakho ozanqoba.
Kodwa umuntu wasukuma ukukuxotsha lokudinga umphefumulo wakho; kepha umphefumulo wenkosi yami uyakuboshelwa emshungwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; nemiphefumulo yezitha zakho iyoyiphonsa kungathi iphakathi kwendwayimana.