AmaHubo 58:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ubuhlungu babo bunjengobuhlungu benyoka; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isihlungu sabo sinjengesihlungu senyoka; banjengebululu eliyisithulu, elivimba indlebe yalo, IsiZulu 2020 Isihlungu sabo sinjengesihlungu senyoka, banjengemamba edlebelekile, esivale amadlebe |
INkosi yezwa iphunga elimnandi; uJehova wathi enhliziyweni yakhe: “Angisayikuwuqalekisa umhlaba ngenxa yomuntu; ngokuba imicabango yenhliziyo yomuntu mibi kwasebusheni bakhe; futhi angisayikuphinda ngishaye zonke izinto eziphilayo njengoba ngenzile.
Kodwa inyama yakhe iguqukile ezibilinini zakhe, iyinyongo yamabululu phakathi kwakhe.
Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.
Omunyayo uyakudlala emgodini webululu, nolunyuliweyo abeke isandla sakhe emgodini.
Ngokuba bhekani, ngiyakuthuma phakathi kwenu izinyoka, imilomo engenakuloywa, zinilume, usho uJehova.
Kodwa kwathi ebona abanengi babaFarisi labaSadusi besiza ekubhabhathizeni kwakhe, wathi kubo: Nzalo yezinyoka, ngubani olixwayisile ukubalekela ulaka oluzayo?
Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo; ngolimi lwabo basebenzisa inkohliso; ubuthi bezinyoka buphansi kwezindebe zabo;
Kodwa ulimi kakho ongaluthambisa; buyibubi obungalawuleki, bugcwele ubuthi obubulalayo.