Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 57:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngiyakukubonga, Nkosi, phakathi kwezizwe; phakathi kwezizwe ngifuna ukukuhubela.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Nkosi ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikuhashe phakathi kwezizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 57:9
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngizakuhlabelela.


Ngalokho ngiyakukubonga, Jehova, phakathi kwezizwe, ngihubele igama lakho.


Kungani abezizwe bexokozela, nabantu bacabange okuyize na?


Khona ngiyakuya e-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu intokozo yami enkulu; yebo, ethafeni ngiyakukudumisa, Nkulunkulu Nkulunkulu wami.


Landisani inkazimulo yakhe phakathi kwezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.


Lokuthi abezizwe badumise uNkulunkulu ngenxa yesihawu sakhe; njengokulotshiweyo ukuthi: “Ngalokho ngiyakukudumisa phakathi kwabezizwe, ngihubele igama lakho.


Vuka, vuka, Debora, vuka, vuka, khuluma ihubo; suka, Bharaki, uthumbe ukuthunjwa kwakho, ndodana ka-Abinohama.