Ukube abantu betende lami bebengashongo ukuthi: ‘O, ukube besinayo inyama yakhe! angeke saneliseke.
AmaHubo 57:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyakuthumela esezulwini angisindise ehlazweni lalowo obefuna ukungidla. Sela. UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakuthumela esezulwini, angisindise mhla ofuna ukungigwinya ekloloda. Sela* UNkulunkulu uyakuthuma umusa wakhe neqiniso lakhe. IsiZulu 2020 Uzothumela esezulwini, angisindise. Uyamsola ofuna ukungifihliza. Sela UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe. |
Ukube abantu betende lami bebengashongo ukuthi: ‘O, ukube besinayo inyama yakhe! angeke saneliseke.
UJehova uyakugcwalisa okuqondene nami: umusa wakho, Jehova, umi phakade; ungayishiyi imisebenzi yezandla Zakho.
Ungagodli kimi umusa wakho, Jehova; umusa wakho nokuthembeka kwakho makungilondoloze njalo.
Thumela ukukhanya kwakho neqiniso lakho; mabangiqondise; mabangiyise entabeni yakho engcwele nasematendeni akho.
Uyakuma phambi kukaNkulunkulu kuze kube phakade; lungisela umusa neqiniso, okungayilondoloza.
Nkosi, uyakusimisela ukuthula, ngokuba wena wenze yonke imisebenzi yethu kithi.
Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;
Kwathi uPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke abantu abaJuda ababekulindele.