Nalokhu kuyakujabulisa uJehova njengenkomo noma inkunzi enezimpondo nezinzipho.
AmaHubo 50:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakudla yini inyama yezinkunzi, ngiphuze igazi lezimbuzi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyakudla yini inyama yezinkunzi, ngiphuze igazi lezimpongo, na? IsiZulu 2020 Mina ngizokudla inyama yezinkunzi, ngiphuze igazi lezimpongo na? |
Nalokhu kuyakujabulisa uJehova njengenkomo noma inkunzi enezimpondo nezinzipho.
Abathobekileyo bazakubona bathokoze, lenhliziyo yenu edinga uNkulunkulu izaphila.
Uma eletha umnikelo wokubonga, makathose amaqebelengwane angenamvubelo ahlanganiswe namafutha, namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane axutywe namafutha, nempuphu ecolekileyo, kanye nomnikelo wokubonga.
Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe-ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, owamukelekayo kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda.
Ababedla amanoni emihlatshelo yabo, bephuza iwayini leminikelo yabo yokuphuzwa na? mawasukume akusize abe isivikelo sakho.
Bayobizela abantu entabeni; lapho bayakunikela ngemihlatshelo yokulunga, ngokuba bayoncela inala yolwandle nengcebo efihlwe esihlabathini.