AmaHubo 49:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakubeka indlebe yami emfanekisweni, ngivule izwi lami elimnyama ngensimbi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu.* IsiZulu 2020 Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu. |
Futhi ngesikhathi sokugcina sombuso wabo, lapho iziphambeko sezifinyelele isiphambeko esigcwele, inkosi iyosukuma enobuso obunonya nemisho emnyama ehlakaniphile.
Ngiyakukhuluma naye umlomo nomlomo, ngokusobala, kungabi ngamazwi angamafu; futhi uyobona isimo sikaJehova. Aningesabi ngani ukukhuluma kabi ngenceku yami uMose na?
Wayesethatha isisho sakhe, wathi: “UBalaki, inkosi yakwaMowabi, wangikhipha e-Aramu ezintabeni zasempumalanga, wathi: “Woza, ungiqalekisele uJakobe, uze, uklolodele u-Israyeli.”
ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: Ngizavula umlomo wami ngemifanekiso; ngizakhuluma izinto ebezifihliwe kusukela ekusekelweni komhlaba.
Ngakho-ke konke enikukhulume ebumnyameni kuyakuzwakala ekukhanyeni; nalokho enikukhulume endlebeni emakamelweni kuyakumenyezelwa phezu kwezindlu.
Ngakho-ke lokhu sinethemba elinjalo, sisebenzisa ukukhululeka okukhulu kokukhuluma;