Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama zakhothamela uHamani, ngokuba inkosi yayiyale kanjalo ngaye. Kodwa uMoridekayi akazange akhothame, futhi akazange amhloniphe.
AmaHubo 49:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngisho noma wawubusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bayokudumisa uma wenza okuhle kuwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Noma ebusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bekudumisa, ngokuba uzondle kahle, IsiZulu 2020 Noma engawubusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bamtuse, ngokuba uzenzele kahle, |
Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama zakhothamela uHamani, ngokuba inkosi yayiyale kanjalo ngaye. Kodwa uMoridekayi akazange akhothame, futhi akazange amhloniphe.
Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa kwenhliziyo yakhe, abusise ohahayo, uJehova amzondayo.
Kodwa leyo ngcebo ibhubha ngomsebenzi omubi, futhi izala indodana, kungekho lutho esandleni sayo.
Wayesethi u-Efrayimi: “Nokho ngicebile, ngizitholele okuhle; kuwo wonke umshikashika wami abayikufumana ububi obuyisono kimi.
Ngizakuthi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, ulempahla enengi ebekelelwe iminyaka eminengi; khululeka, udle, uphuze, ujabule.
Futhi lapho ezwa amazwi alesi siqalekiso, azibusise enhliziyweni yakhe futhi athi: Ngiyoba nokuthula, noma ngihamba ngenkambiso yenhliziyo yami, ukuze ngengeze ukudakwa ekomeni.
Njalo lizakutsho kohlala kuhle, ukuthi: Ukuthula makube kuwe, lokuthula makube sendlini yakho, lokuthula kukho konke olakho.